Enkabeni Yendingiliza Poem by Treasure Mndeni Ngobese

Enkabeni Yendingiliza

Rating: 5.0

Masengiba ngihlala,

Lapho ngithe ngiwa ngashiya inkaba.

Ngangqunga njengencaza ebandleni.

Masengiba ngihlala lapha

Ngibumbe ngobumba,

Isidleke sami nabatwana bami.

Masengiba ngihlala

Lapha EMHLABENI.

POET'S NOTES ABOUT THE POEM
Ugqozi lokubhala ngaluthola mangilokhu ngihamba ngizicinga, kanti ngakhumbula ukuthi umunntu mayezalwa ngosiko lwakuthi inkaba iyathathwa yembelwe emsamu, kuyothi nanoma ikuphi laph'ekhona kepha ikhaya alingalilibali. Umsamo uwo osixhumanisa namathongo nabaphansi.
COMMENTS OF THE POEM

Ndiyakubonga ngendlela oluxabise ngalo ulwimi lwenkobe, maxa wambi unqabile umntu obhala ngolwimi lakhe, kodwa ke ndiyawuthanda lo mbongo, kukho ncasa ithile ndiyivayo The_African_Son

1 0 Reply
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success