thobani ntombiziyamfisa thusini (Nquthu kwazulu-natal)
Umvuzo
ngiwutholile Umvuzo Yize ungamukeleki futhi ungemuhle kodwa ngiwutholile umvuzo
Bekumnandi lapho sihamba senza imikhuba engemihle sikuthakasela ukubona izinyembezi zabanye abantu kodwa namhlanje kunami ngingedwa kuleli gumbi bayaphuma
Bayangena Bayababaza kanti ngabe Sengiyalifulathela yini leli lase mhlabeni
Okube ngangazi ngangiyolalela abazani bam bebengikhathalela bengihlinzekela ngezinsiza engizidingayo zokubhekana nempilo kodwa ukushomana nabangani ngazibona ngihlakaniphe okwendlula bona ngakhohlwa kambe yibo abafika kuqala kulomhlaba
Ngiyenzile i flop namhlanje ngiwutholile umvuzo
Yimi lona osenje yimi lona oselenga izinxakanxaka zemishini sekubonwa ngokusa Uma ngike ngakhwehlela onesi bangingunga bengaqedi
Ngiwutholile umvuzo namhlanje Ngilele kuleligumbi kuvele kufike imicabango usizi umunyu intukuthelo Phoke Ubani engyombeka icala ngoba ngazenza Yebo Phela uzenzile akakhalelwa
Ngiwutholile umvuzo namhlanje ngyawazi umhlaba uyashayana futhu umhlaba uyahlaba ngiwutholile umvuzo namhlanje ngilele kuleligumbi
Banyamalele abangani besihamba sonke Kusemnandi ngingedwa kuleligumbi ngiwutholile umvuzo
Ngizibonele ngawami Umhlaba uyahlaba ngabudla ubusha bami Manje sebungijikele Budla Mina abasekho bonke ebesibudla nabo Ngingedwa kuleli gumbi Ngiwutholile Umvuzo
PoemHunter.com Updates
-
HIV Vaccine Awareness Day
observed annually on May 18
-
International Museum Day
memory + creativity = social change
-
Happy Birthday Omar Khayyam!
(1048-1131) Persian mathematician, poet, and philosopher
-
Happy Birthday Friedrich Rückert!
(1788-1866) German poet, translator, and professor of Oriental languages.
Top 500 Poems
-
Phenomenal Woman
Maya Angelou
-
The Road Not Taken
Robert Frost
-
Still I Rise
Maya Angelou
-
If You Forget Me
Pablo Neruda
-
Dreams
Langston Hughes
-
Annabel Lee
Edgar Allan Poe
-
If
Rudyard Kipling
-
Stopping by Woods on a Snowy Evening
Robert Frost
-
A Dream Within A Dream
Edgar Allan Poe
-
I Know Why The Caged Bird Sings
Maya Angelou
thnks A lot yes It is a African language is ISizulu...... South african.... I wi try to Transilate it to Eanglish
I don`t understand this language, but it looks great! Is it an African language?