thobani ntombiziyamfisa thusini

thobani ntombiziyamfisa thusini Poems

Uthando Lolu Lubanzi lujulile
Kambe ngingaqalangaphi ngithini
Kambe ngingakubhekelwa ngubani
Kuphela amagama uma sekumele
...

kulungile Noma Usungahamba
Akusenani unginikile Uthando wanginika izaluleko wangifundisa Impilo

Kulungile noma usungafulethela akusenani Lezi zinyembezi zami akusizo ezokukhala ngenxa yokushiwa Nguwe Kodwa Ngezenjabulo Liphume Nobomvu
...

ngiwutholile Umvuzo Yize ungamukeleki futhi ungemuhle kodwa ngiwutholile umvuzo

Bekumnandi lapho sihamba senza imikhuba engemihle sikuthakasela ukubona izinyembezi zabanye abantu kodwa namhlanje kunami ngingedwa kuleli gumbi bayaphuma
Bayangena Bayababaza kanti ngabe Sengiyalifulathela yini leli lase mhlabeni
...

Umaqondana wam umuntu oseduze nenhliziyo yam Phela wena ngakukhetha kweziningi izintokazi ezinhle ezigabe ngakho konke Okudingekayo kumuntu wesfazane ukuze abe ngumuntu wesfazane opheleleyo Kodwa wena Ungumaqondana wam i straight sami

Ungumaqondana wam ubambolwami
...

Ngivumele Ntokazi Ngingene Ngijule enhliziyweni yakho
Ngikukhombise Uthando nentokomalo
Enginayo
...

Intandokazi wena uyintandokazi

Uyingqongqo kweyami inhliziyo ngabe ngikulethelwe ngubani
...

umakhwapheni isthandwa esifihliwe
Lapho Kukubi Phakathi kwezithandani Mina Ngifike Ngize koyedwa buqhubeke ubumnandi
Lapho Kudonsiswana kuphikiswanwa Ngamagama Mina ngivele Ngifike koyedwa Kugcwalise Ubumnandi
Kubona kala Zibazinhle izihlathi Lwehla Ulaka Ngsuke sengikhona
...

uthando Luhle Lunamanga Ngyaliqalekisa Kodwa Ngyaluncoma
Lapho Ngikweshela Kwakukuhle
Kudelile Ngingakhoni Ukulala
Ngilinde Kuze Ngikubone Ngizodelisa amehlo ami. Ngikutusa Ngikuncenga
...

I was to closed to fall in love with u but I didn't get a chance to expres my feelings to you. I was to closed


I was to closed to hold u with my hands to the bright future upon us but I faild do I look like a failure. Nop I didn't fail cos I manage to tell u all tht I had for you
...

You My Love Only you
If I had To Choose Between Me Nd You
I was Going To Choose you Over me
Yes I was going to cos your the one
...

Ngikhulile namahlanje Ngiyindoda nakanjani kumele Ngizimele kumele ngikhombise Ubuhlakani Nobuchule Bokubhekana nempilo

Ngikhulile namhlanje Ngiyindoda
Kudala Ngihuzuka Ngimncane Ngiphambuka Bengibuyisa Ngimosha Belungisa Nginhlanhlatha bengibuyisa
...

thobani ntombiziyamfisa thusini Biography

Ngingumbhali Osafufusa Nginothando lokubhala Izinkondlo Ngingathi Nje Kungenye Yezinto engizikhonzile ngesikhathi sam esi free Ngingajabula ukwalulekwa Nganoma iyiphi indlela ngfuna ukuzibona ngikuqonda Ngibhala ngendlela efanelekile Ngikhulise ulwazi Lwami)

The Best Poem Of thobani ntombiziyamfisa thusini

Uthando Lubanzi Lujulile

Uthando Lolu Lubanzi lujulile
Kambe ngingaqalangaphi ngithini
Kambe ngingakubhekelwa ngubani
Kuphela amagama uma sekumele
Ngiyiqale indaba engize ngayo Kuwe Nkosazane.

Uthando'lubanzi lujulile
Engani lukweyami inhliziyo Ngyaluzwa
Engani Ngfuna Ukulundlulisela kwezakho izandla
Ezimnene uluphathise okwezikhali
Zamantungwa nginike Imizuzwana

Esikhathini sakho ngyazi Ujahile Kodwa angizukuthatha iskhathi Kodwa
Esincanyana nje siyobe sanele
Ngifisa wazi indlela Omuhle Ngayo
Impela Uyimbali enye ekhayizelayo enuka kahle amakha angazibeki
Phela Uyingelosi yasemhlabeni wena


Uthando'lubanzi lujulile
Ngivulele inhliziyo yakho Ngingene maqede Ungivalele ukuze Ngizoba
Ngowakho sengisho wena wedwa
Ungokhethekile phela wena ungowekhethelo..

Uthando lubanzi Lujulile Namhlanje
Ngiluzwile Namanje Lungishiye Ngizibuza Ngiziphepndula
Ngabe lokhu Kwenzeka kimi na
Ngabe lobubuhle bubonwa Yimi na
Ngivumele Ntokazi Ngyazi Ubungalindele Lokhu Kodwa Sengfikile
Impela ngeke ngsakwazi Ukulinda
Ngeke ngize ngiqambe amanga ngithi angisadli Ngidla Ngishaye esentwala Bese Ngibuka Imifanekiso
Yezithombe zakho ngikhangwa
Ilobubuhle Bakho Namhlanje Ngyalithatha lelithuba
Ngyayibhala lencwadi Yothando nekheli lizongibambezela
Angihlale Phezu kwendaba
Dear Nkosazane Ngicela Uvule Inhliziyo yakho Ungifake Ngzoziphatha Kahle yimi Owakho angeke ngande ngamaningi

Uthando lubanzi lujulile......

thobani ntombiziyamfisa thusini Comments

thobani ntombiziyamfisa thusini Popularity

thobani ntombiziyamfisa thusini Popularity

Close
Error Success