Khwezi Lokusa Poem by Mphathi Thobumoya Mbhele

Khwezi Lokusa



Usho ngthe
Khwezi lokusa eligqame njengelanga
Matshe amhlophe ngathi bekunyathela unyazi
Buhle bokqala kamhlaba umuhle okudlula imfene
Sengfisa ukuba inyanga ngikthwasise ngkufundise
nokugida ngizwe izigi zishela umqondo zithi umfaz
lo
Ngzokloba inkondlo yothando emzimbeni babone
ozakwethu kuthi sengkukhethile
Ngyaz inhliziyo suyvulile kepha vala baningi
abakhokhobayo
Orhodoba
unkulunkulu uke wathumela umyalezo ukuthi
sekduke ingelosi ezulwini
Makukuthi nguwe sengamane lichitheke awbuyeli
emumva
Ngokthanda wena ngizbona ngfeza isfiso
sandodana wayefisa ukuba unjiniyela owaphelela
emhosheni
ngisaba nokukubheka namuhla uyangxhopha
Hleko lakhe amazinyo amhlophe qhwa njenge sokisi
lika mkhulu
Khandlela elafike lakhanyisa empilweni
kwashabalala izinkinga
Ngfuna ukusho izwe lizwa ngyakthanda
Noma ungabheda njengo mumsy usazothandwa
Uyeke ngzothi nje nami ukukuthinta
Ay ngoban ngyobe endleleni ngkufaka
Emva kokubanjwa inkunzi ngabona impilo imfishane
ingakho ngfuna sibe ndawonye
Njengamajuba sjakadula
Okungshayisa ngamahloni ngkutshela ngothando
angphethe mali esandleni
Ngsahamba nedlozi lami ithemba
Elothi malinglahla ngingalgxeki ey umuhle bo
Ngfisa engathi bonke laba bangaphuma
kwesikanyoko isbeletho
Ismilo ungathi uphethe indondo lihle iqiniso
usathandwa aknandaba

Sunday, May 20, 2018
Topic(s) of this poem: love
COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success