Ngafika ekuphileni
Impilo ingekho
Ngosuku engazalwa ngalo
Ngaba yim, kulo mhlaba
Othile wanginakekela
Wangitotosa wangikhulisa
Ngakhula
Ngabhekana nempilo yalo mhlaba
emva kwesikhathi ngaba ngothile
Manje ngingothile
Namuhla ngiyinto
Umdali wadala lowo othile
Mina ngingothile