Sthandwa Part V Poem by Mphathi Thobumoya Mbhele

Sthandwa Part V

Rating: 2.5

EY MAJITA KHONA LO ENGIMBONILE
INDLELA AYIYONA INGCHAZILE
YENA NGIMUMISILE SKHULUMILE
NGTHE MANGCELA UTHANDO WATH YENA
INDABA YENDODA AKAYNGENI USINDISIWE
IGAMA LAKHE UNQABILE UKUNGTSHELA
NGTHE MANGITH USINDISIWE WAPHIKA
OKSHUTHI WU THOBEKILE IT A WONDER FULL
DAY TO SEE WENA
.
yazi mangbone wena ngyaduduzeka
kad ngiyfihla imizwa manje ngyahluleka
kweyami impilo uphenduke umakitaza ngoba
uyangkitaza
ngizthole sengith awmolo Ntokazi
mina ngu Mphathi Wale ka Msani
ubuhle bakho ibona obungenze ngazbika
sengkhathele ukuzbamba somtwana
ngithanda ismilo sakho
ukuzphatha kwakho
abanye bathi unesthunzi uyesabeka
mina kade lingshisa ilanga bengsacela ukuhlala
kulowo mthunzi
kulowo Mthunzi ngfuna ukushiya uthando
phambi kobakho ubuso ngfuna ukushiya
injabulo
ngifuna ukuba yikho konke kweyakho impilo
ngifuna ukuba yikho konke kweyakho impilo
ay ngoba ngkuphaphela Ntokaz esindisiwe
angsena sfuba angani sakhahlelwa yihhashi
izimfihlo zami ngfuna ukuzinika wena angdlali
ngempela mtakwethu angsenabani kulo mhlaba
ohlabayo
ngidinga kube uwena ongduduzayo
.
EY MAJITA KHONA LO ENGIMBONILE
INDLELA AYIYONA INGCHAZILE
YENA NGIMUMISILE SKHULUMILE
NGTHE MANGCELA UTHANDO WATH YENA
INDABA YENDODA AKAYNGENI USINDISIWE
IGAMA LAKHE UNQABILE UKUNGTSHELA
NGTHE MANGITH USINDISIWE WAPHIKA
OKSHUTHI WU BONAKELE WENA MA LOVE
NGYAKTHANDA WINTO YAMI YOKUHLEKA
.
yazi mangkubuka inqondo ijubalala njalo iye
eSOME HOW
lapho nghlanganisa islungu engzosisho kuwe
like
You not Nicki minaj
bt in my heart you play a grand piaono
even you can go to gauteng i can get in
orlando
i want you to take my hand and walk with me
we are going in the river of joy
i want us to drink love
i want to told an old story kwasukasukela ngo
Mphathi and Angel
my wish is to make you smile
say you love me
if you dont i will sing a nice song
GOODBYE MY LOVE
YOU HAVE BEEN THE ON FOR ME
ubonile islungu ngyasiazi
ngalokho uthini aw ntokazi
ngyazi bungthatha kancane ngoba ngumkhaya
ngfuna uyovusa umuzi kababa emakhaya
izinkomo zigcwele isbaya somtwana
khona ngyazi usindisiwe
phela mina ngigcwele ngawe
ngyaz eyethu inkolo nith eyamadimoni
kepha leli eliyimi selfuna ukuba ngcwele
aw Ntokazi
.
EY MAJITA KHONA LO ENGIMBONILE
INDLELA AYIYONA INGCHAZILE
YENA NGIMUMISILE SKHULUMILE
NGTHE MANGCELA UTHANDO WATH YENA
INDABA YENDODA AKAYNGENI USINDISIWE
IGAMA LAKHE UNQABILE UKUNGTSHELA
NGTHE MANGITH USINDISIWE WAPHIKA
OKSHUTHI WU THANDEKILE KONKE
OKUSENHLIZWENI YAMI KUNGO KWAKHO
THANDEKILE
WE SWEETY SWEETY NGYAYZFELA NGAWE
.
uthando luyangbulala
sale usuth yes nawe
sale usungnika uthando lwakho
nakhu sengiwa ngiyindlu yegagu iwiswa
izinyembez zothando
naba fwethu sebeyanghleka
bath ngshelamja nezntombi ezqome uThixo
bayangkhuluma
nami akusekho engingakwenza kuze uthole
lomyalezo
selokhu ngakbona ngyasbona isizathu sokphila
kwami
selokhu wafika nezami izindlela ziyavuleka
uyilambu elikhanyisa impilo yami
ngisho ungangangnika ucu
uma uthe Yes I Do ngyothokoza
kanti mungekho ngyadumala
muqhamuka ngkuculela emnandi ingoma le
kamaskandi
(ngjabula ngife
umangibona ulavi
khumula iwigi ngbone impandla)
lezbazi ezikmina ungazisabi ngazthola
kulegenge yangakini
yangshaya yacishe yangbulala endaweni
ithi ngiphara
okshuth ngiphara lothando
konke engkwenzayo ngsuke ngfuna
ukuntshontsha uthando
ngidinga uthando ntokazi se ngkhathele
ukuthukwa ngakini
okungcono shiya igama lakho
bengith ngyaphupha
KODWA KHONA LO ENGIMBONILE
INDLELA AYIYONA INGCHAZILE
YENA NGIMUMISILE SKHULUMILE
NGTHE MANGCELA UTHANDO WATH YENA
INDABA YENDODA AKAYNGENI USINDISIWE
IGAMA LAKHE UNQABILE UKUNGTSHELA
NGTHE MANGITH USINDISIWE WAPHIKA
OKSHUTHI WU THOBEKILE IT A WONDER FULL
DAY TO SEE WENA

Saturday, June 17, 2017
Topic(s) of this poem: love
COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success