Hlukanisani welcome mngomezulu
Ngamuzwa Eklabalasa
NGAMUZWA EKLABALASA
Ngamuzwa ekhala eklabalasa sakushaywa wunyaz'.
Ngamshiya nobaba bencokole, yiz' isiziba saschichima
Siyizindwan' kepha ngazitshela ukuba wayesexolile, ebhodlile
Uyise.
Ngamuzwa eklabalasa sakusaba ukufa.
Ngamuzwa buqamama namalangabi ekhala.
Ngezwa ukub' yizwi likamama lelo.
Zange ngazibuza ukuth'muph' ubaba njengoba umama ekhala
Kangaka, kwazise wayemthanda ngezikhatha.
Zange ngethuka, ngafunyanwa yinkwankwa njengoba
Ngangaz' ukuthi wayesele nobaba.
Wayesikhihla egagula amagama ami sakuvalelisa kwelimagade
Omdolofiya.
Ngathuntubezeka, ngazidela.
Ngahlanza gedela, ngazinikela.
Lapho ngakhangwa ngamahanguhangu omlilo owawukhaphuk'
izinyembez' negaz'likamama.
Inhliziyo yayisashaya mawala.
Ingqondo yam'idunguz'ebumnyamen'
Ingqondo yam'yayikhathele ifelwe.
Ngazibuza ngibabaza ishluku sikababa ngokubulala umama,
Owaphenduka umlotha.
Ngamuzwa umama ekhala ecela uxolo kubaba keph'
kwaba zinhlanga zimuka nomoya.
Ngalibona luza buqamama usizi ebomin bam'.
Kwafiphala ikusasa lam' ngomama wam'
Wokuphela.
Ngamuzwa ekhala eklabalasa buqamama sakushaywa wunyaz'
Ngenxa kababa ngacwila ebuntndanen'
UMLOBI WALENKONDLO: Hlukanisani Mngomezulu (0787682832
PoemHunter.com Updates
-
World Day for Cultural Diversity for Dialogue and Development
celebrated on May 21st every year
-
Your Favorite Poets’ Favorite Books of Poetry
-
Daily Rituals of Famous Authors
Writers seem to be the most prone to unshakeable routines and elaborate superstitions.
-
Incredible Reading Rooms Around the World
Cozy, beautiful places to curl up with a good book...
Top 500 Poems
-
Phenomenal Woman
Maya Angelou
-
The Road Not Taken
Robert Frost
-
Still I Rise
Maya Angelou
-
If You Forget Me
Pablo Neruda
-
Dreams
Langston Hughes
-
Annabel Lee
Edgar Allan Poe
-
If
Rudyard Kipling
-
A Dream Within A Dream
Edgar Allan Poe
-
Stopping by Woods on a Snowy Evening
Robert Frost
-
I Know Why The Caged Bird Sings
Maya Angelou
Comments about this poem (Ngamuzwa Eklabalasa by Hlukanisani welcome mngomezulu )