thobani ntombiziyamfisa thusini Poems

Hit Title Date Added
1.
Uthando Lubanzi Lujulile

Uthando Lolu Lubanzi lujulile
Kambe ngingaqalangaphi ngithini
Kambe ngingakubhekelwa ngubani
Kuphela amagama uma sekumele
...

2.
Kulungile

kulungile Noma Usungahamba
Akusenani unginikile Uthando wanginika izaluleko wangifundisa Impilo

Kulungile noma usungafulethela akusenani Lezi zinyembezi zami akusizo ezokukhala ngenxa yokushiwa Nguwe Kodwa Ngezenjabulo Liphume Nobomvu
...

3.
Umaqondana

Umaqondana wam umuntu oseduze nenhliziyo yam Phela wena ngakukhetha kweziningi izintokazi ezinhle ezigabe ngakho konke Okudingekayo kumuntu wesfazane ukuze abe ngumuntu wesfazane opheleleyo Kodwa wena Ungumaqondana wam i straight sami

Ungumaqondana wam ubambolwami
...

4.
Umvuzo

ngiwutholile Umvuzo Yize ungamukeleki futhi ungemuhle kodwa ngiwutholile umvuzo

Bekumnandi lapho sihamba senza imikhuba engemihle sikuthakasela ukubona izinyembezi zabanye abantu kodwa namhlanje kunami ngingedwa kuleli gumbi bayaphuma
Bayangena Bayababaza kanti ngabe Sengiyalifulathela yini leli lase mhlabeni
...

5.
Ngivumele

Ngivumele Ntokazi Ngingene Ngijule enhliziyweni yakho
Ngikukhombise Uthando nentokomalo
Enginayo
...

6.
Umakhwapheni

umakhwapheni isthandwa esifihliwe
Lapho Kukubi Phakathi kwezithandani Mina Ngifike Ngize koyedwa buqhubeke ubumnandi
Lapho Kudonsiswana kuphikiswanwa Ngamagama Mina ngivele Ngifike koyedwa Kugcwalise Ubumnandi
Kubona kala Zibazinhle izihlathi Lwehla Ulaka Ngsuke sengikhona
...

7.
Intandokazi

Intandokazi wena uyintandokazi

Uyingqongqo kweyami inhliziyo ngabe ngikulethelwe ngubani
...

8.
Luhle Lunamanga

uthando Luhle Lunamanga Ngyaliqalekisa Kodwa Ngyaluncoma
Lapho Ngikweshela Kwakukuhle
Kudelile Ngingakhoni Ukulala
Ngilinde Kuze Ngikubone Ngizodelisa amehlo ami. Ngikutusa Ngikuncenga
...

9.
I Was To Closed

I was to closed to fall in love with u but I didn't get a chance to expres my feelings to you. I was to closed


I was to closed to hold u with my hands to the bright future upon us but I faild do I look like a failure. Nop I didn't fail cos I manage to tell u all tht I had for you
...

10.
You Only You

You My Love Only you
If I had To Choose Between Me Nd You
I was Going To Choose you Over me
Yes I was going to cos your the one
...

Close
Error Success