LLM Mbatha

Rookie (kwa-Zulu, SA)

*awu, Angazi Mina Angazi- - Poem by LLM Mbatha

khala zome nhliziyo yami
usuyangala 'thululu' wami

Awu, angazi
Mina angaz' ukuthi ng’yoba yini

ngaphandle kothando lwakho
Uthi uyahamba, usudelile ngakho uyangishiya

Ungishiya nobani?
Nomathemba, ithemba lami

Usukhathele amagama ami nezethembiso
Uthi, owami umhlaba nezulu okomoya

Amaphupho awalabo abaleleyo
Kodwa umhlaba ungowabaphaphemeyo

Amaphupho aphephukisa okwezicucu zamaphepha
Amazwi akho ayantsonstotha, ayahlaba

Impumputhe ibona yedlule obona kahle
Isithulu sisina sedlule ozwa kancono

Iqiniso liyaphosisa kulomhlaba
Khala zome nhliziyo yami-


Comments about *awu, Angazi Mina Angazi- by LLM Mbatha

  • Rookie Lindo Mvelase (7/29/2013 1:57:00 PM)

    cha uyethule kahle imizwa yakho kule poem, ngicela uma unesikhathi please i'd like to hear your comment on my poem Sin of an affair (In Zulu) (Report) Reply

    0 person liked.
    0 person did not like.
  • Rookie Zandy Busisiwe (1/20/2010 9:53:00 AM)

    khala zome ngempela...ungabuye wenzenzani? ..........nice poem (Report) Reply

Read all 2 comments »



Read this poem in other languages

This poem has not been translated into any other language yet.

I would like to translate this poem »

word flags

What do you think this poem is about?



Poem Submitted: Saturday, June 21, 2008

Poem Edited: Thursday, July 24, 2008


[Hata Bildir]