[zulu, Inkondlo] Kuyangithokozisa Poem by LLM Mbatha

[zulu, Inkondlo] Kuyangithokozisa

kuyangithokozisa
ukukhuluma nawe
ngisho noma
izintaba zingisithele
ngicabanga ukumamatheka kwakho
ngigcine sengihleka ngedwa
lapho ngisalele
sengizophaphama
ngiphupha kanjena
ngikuzwe usho
ungitshela ukuthi
kuyafana nje
nalapho kuwe
enhliziyweni yakho
uku phaphama, uku phupha
uku thandana kwethu…

COMMENTS OF THE POEM
Sulaiman Mohd Yusof 07 April 2008

hi lungelo...........u need to translate your works if possible..........but i can see a rhyme verse there..........alright.

0 0 Reply
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success