Wednesday, September 19, 2018

INGOMA YAKHO EYANGIVUSAYO Comments

Rating: 0.0

O mntakwethu kwathi uma ngiphaphama
Ngaphaphamela phezu kwezinkondlo zakho
Ngavukela phezu kwezingoma zakho ezimakhulukhulu
Ngaze ngantathatheka ngaze ngezwa umoya
Umoya owawugijima ugijima njengawe
Wena wagijima ngemikhondo engemisebe yelanga
Kwaze kwababaza uHhemu ethi, "Yini leyaya ?"
Esho ebona umbani osuka emehlweni akho
...
Read full text

Mazisi Kunene
COMMENTS
Close
Error Success