Lengoma ingenzani
Washo wengoma!
Washo wemculo!
Washo kamnandi ngizwa amasimbali encencetha washo!
Washo kamnandi ngizw' ubunye bamaphimbo enyelela egcwele
inhlokomo yezifiso kamnandi washo!
Kamnandi washo ugubhu lusho luphindelela lugubhaza
Gigug' okwenhliziyo ngesigqi esivusa usinga, isigqi sobu-Afrika.
....
This poem has not been translated into any other language yet.
I would like to translate this poem