u SPha imbongi ayishaywa ngusonkondlo Ozalwa EBhambanana, osakhulayo. Ngibhala izinkondlo Ezisondelene kakhulu nempilo nezinto ezenzakalayo emhlabeni ezithinta abantu.
Mpumelelo Mpumelel
Ngyalizwa igalela lakho lokuphucula abadla imbuya ngothi
Ngizwa bathi baningi osubasizile, izimpilo zabo zishintshile
...
Bantu abadala
Ngifisa nazi ukuthi anginqabile mina ngyafisa ukwenza konke enikufunayo
Nami sengikhathele ukushayela izandla abaphumelelayo sengifuna ukuphila
...