Mtuseni Malinga OkaZindela

Rookie (1989/06/04 / South Africa)

Mtuseni Malinga OkaZindela Poems

1. Bahlezi Phezu Kweqiniso 11/6/2012

Comments about Mtuseni Malinga OkaZindela

There is no comment submitted by members..
Best Poem of Mtuseni Malinga OkaZindela

Bahlezi Phezu Kweqiniso

Bahlezi phezu kweqiniso injabulo
Yabo ihamba ibe nezikhawu
Ngenxa yeqiso abahlezi phezu
Kwalo bathuswa namazw' engane ezalwe
Izolo, eyayingekho ebusheni babo

Ingcebo yabo ifana nezeleze
Izinhiziyo zabo azikutholi
Ukuphumula ngenxa yegazi
Elachitheka bathathe amandla amanye
Amadoda kuze bebe kwesihlabayo
Isicongo lesi

Imishado yabo ifana nezihlahla
Ezingenampande ngenxa yeqiniso
Abahlezi phezu kwalo
Lifihliwe ngenhloso yokwenza
Imshado onokuthula kodwa
Ngoba iqiniso liyababa libadlile
Mihla namalanga
Zikhishiwe izingane ...

Read the full of Bahlezi Phezu Kweqiniso
[Report Error]