IZINKONDLO ZEMILILO Poem by Mazisi Kunene

IZINKONDLO ZEMILILO

Ngizokulandela wena uze ushone emgodini
Uze ushone lapho ufihle khona izinkondlo zakho
Ngize ngikubone usuzibasela usuzenza ubhaqa
Kuze kuthi klelele nakude emashona
Kube engathi uphethe izinkanyezi

COMMENTS OF THE POEM
philile kunene 31 August 2022

yaze yamnandi inkondlo mnumzane muhle futhi uyancomeka umsebenzi wakho

2 1 Reply
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success