Usuyosala Usuhamba Sthandwa. Poem by Luyanda Zuma

Usuyosala Usuhamba Sthandwa.



Usuyosala usuhamba sithandwa uyazi ngyakuthanda.Noma ungahamba kodwa eyami inhliziyo iyohlala ikuthanda.Sithandwa usuyahamba usuyangishiya? Ngiyothandaza kuMdali asigcine ndawonye kuze kube nini nanini ngoba wena uyumaqondana wami.Hamba sthandwa sami.I know I am an introvert kodwa uma nginawe aphela wonke amahloni ngoba you are my one and only one.Uthando lwami lufana nolwegundane, noma ngingashaywa kodwa ngisazo phindela ngiyofuna lento engiyithandayo.Lento engiyilangazelelayo. Hamba sthandwa sami.
#DhatPoetLuyandaZuma

Tuesday, July 25, 2017
Topic(s) of this poem: romantic
POET'S NOTES ABOUT THE POEM
Lost lover.Isithandwa esihambayo.
COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
1 / 1
Luyanda Zuma

Luyanda Zuma

Howick
Close
Error Success