Bathokozile Hadebe

Rookie (19 / Molweni)

Ukubonga - Poem by Bathokozile Hadebe

Ungu alfa ungu omega. Uyisiqalo uyisiphetho ungu ngikhona unguwe izolo usenguyena nanamandle unguwe phakade. Uwena wedwa ujehova. igama lakho uwena wedwa ofanelwe ukubongwa uwena wedwa ofanelwe udumo uwena wedwa ongcwele wena wedwa idwala lensindiso yethu uwena wedwa ohlezi esihlalweni sobukhosi. Sithi bayede bayede bayede jehova ophilaya bayede somhlekazi bayede jehova sebawoti bayede dwala laphakade. Sibongile jehova jayra sibongile jehova nisi sibongile wena ombhethe amandla njenge ngubo sibongile sonini nanini mdala wezinsuku wena uyasithanda uyasinakekela akekho ofana nawe wena umuhle uyakhazimula siyabonga baba


Comments about Ukubonga by Bathokozile Hadebe

  • (2/4/2010 12:55:00 AM)


    NEZINGELOSI EMAZULWINI ZIYAKUBANAZA. ZIYAKHOTHAME PHAMBI KWESIHLAOLO SOBUKHOSI ZITHI NGCWELENGWELE. nice praise. (Report) Reply

    0 person liked.
    0 person did not like.
Read all 1 comments »



Read this poem in other languages

This poem has not been translated into any other language yet.

I would like to translate this poem »

word flags

What do you think this poem is about?



Poem Submitted: Saturday, December 19, 2009



[Report Error]