Bathokozile Hadebe

Rookie (19 / Molweni)

Ukube Ngangazi - Poem by Bathokozile Hadebe

Ukube ngangazi
ngabe angimudelelanga umdali if i could only turn back the time ngabe angijolanga. Ukube ngangazi, ngabe angiphuzanga ngabe angiyimoshanga moshanga eyami impilo. If i could only turn back the time, ukube ngangazi ngabe angicabangi nge past yami ngi, ngi, ngi fikelwe amalimu ngi, ngi, fikelwe izinyembezi ngi, ngi, ngi fikelwe ukwesaba. Ukube ngangazi ngabe ngamukhonza unkulunkulu ebuncaneni bami. Ukube ngangazi ngabe ngafunda ukuthi kuhlalwa kanjani ngentombi...if i could only turn back the time ngabe angikho langikhona... If i could only turn back the time ngabe inhlabathi ayisiqibanga esami isifuba.. If i could only turn back the time, ngabe ngalalela bengitshela ngensindiso, ngabe angikho la esihogweni, ngabe angikhali umaye, maye. But i can't turn back the time, the time.....


Comments about Ukube Ngangazi by Bathokozile Hadebe

  • (11/29/2011 4:33:00 PM)


    beautiful piece sister, yiqiniso elibabayo leli! ! ! (Report) Reply

    2 person liked.
    0 person did not like.
  • (2/4/2010 12:59:00 AM)


    beutiful and touching and changing at the same time. may GOD richly bless you and make u grow in writting. (Report) Reply

  • Akram Saqib (12/19/2009 12:41:00 PM)


    much use of native language but beautifully woven (Report) Reply

Read all 3 comments »



Read this poem in other languages

This poem has not been translated into any other language yet.

I would like to translate this poem »

word flags

What do you think this poem is about?



Poem Submitted: Saturday, December 19, 2009

Poem Edited: Saturday, December 19, 2009


[Report Error]