Nasi isikhathi
Angazi noma usidliwe inhlwathi
Sonke isikathi
Noma kune phathi kuvele
...
lala ngokuthula
lala ngokuthula
lapho ngingike ngisakhuluma
ngingeke ngisa ngisajabula
...
Plz God be with me ezindleni zomnyama
Ngiyazi nginezono kodwa ngicela ubenami
God 10 years back we were dying from u-makazine
But manje sekuyithina sifela ebafazini
...
That's when our joy came to an end
We miss all the good times we had
I know you looking down on us from heaven's door
...
Umuhle ngampela yazi
bengithi ngithatha amashansi
kodwa manje ngiyabona ngikuphiwe ngabaphansi
omagagula bafuna umfazi
...
Bonke bayizinja
Ngikuzwile usho njalo
Uthe abafana bayefana
Phela bangabafana
...
Muphi ubuntu lapho?
Ungenze ngaduba ubaba no mama abangizilayo
Ungenze ngaduba uSipho no sizwe abangishelayo
Ungenze ngadakwa wuthando
...
Khumbule ekhaya
khumbule ezintaba zangakithi
Khumbule imifula nemifudlwana yangakithi
Kodwa nje iziphi izintaba ongazibiza ngengama zisabele njengazakithi
...
Is this what they call love?
Isn't love suppose to be the most beautiful thing?
Why it hurts so much?
Why does it sounds ugly to me?
...
Thula thula thula
Thula ungakhali
Awusiye owukuqala
Angisho ukuthi uyantentema
...
Soshela kanjani lana emazweni,
Izintombi kaziphumi ziyokha amanzi emfuleni,
Noma ziphume nje ziyokwetheza,
Zinsizwa zakhona aziphumi iqhina zithi zoyokweshela,
...
Ngiyesaba,
Ngiyesaba ukukunikeza inhliziyo yami ngoba uzoyiphula,
Ngiyakusaba ukukhulumisa ngoba uzothula,
im scared to let you hold me,
...
Uthando unjani lolu,
Uthando unjani lolu olungapheli,
Njalo uma ngikubona kuthi angimemeze,
Kuvele kuthi angihayize,
...
I know you miss your dad,
You miss hearing his voice,
You miss his smile
When he left this world he forget
...
We have been dating for years,
We have been through a lot,
We can't turn back the hands of time,
...
Kukude lasiphuma khona! !
Kuningi esedlule khona!
Ngke sisikubuyisile emumva! !
...
Hawu lifile elika Mageba,
Hawu lifile elika Mageba,
Ngithi angilobe nansi incwandi,
Ngithi angithule nanti uvo lwami,
...
It took Christians millions of words (bible)to explain it
It takes millions ofbooks for white people to explain it
It took Africans one word to explain everything " Ubuntu "! ! !
we were born with Ubuntu,
...
Good morning
I waited the whole night to tell you this
This is a lovely and beautiful morning
I wish you the most beautiful day as you are
...
Inkondlo Encane
Ngimshaye ngenkondlo encane,
wayithanda,
wathobeka,
wathula
wayimamela.
Wase ebheka phansi,
Wamamatheka wathi uyathanda.
Uthi ubengasakholelwa kuthando,
Kuyebeselifana nomlando.
Angeke ngiyibize inkondlo yami encane,
Ngenkodlo yothando,
Phela izinhlamvu zamagama ayisithupha awanele neze,
Phela umangicabanga ngawe kuvule kuthi angimemeze,
Wena uyingilosi,
Izwi lakho mntonti ungathi ungathi iju lezinyosi.
Inkondlo encane nje,
Ngimshaye ngenkondlo encane,
Waqaqazela, izihlathi zabingelela amadlebe.
Wathi ubengazi kusekhona amandoda afana njengami