Mphathi mbhele Imbongi ehaya izinkondlo zesmanje enothando lwayo ngaqala ngo 2010 ukbhala ngyathemba sosekana on facebook Mphathi Mbhele Inkunzi
Lezi iziyalo zakho ndodana engsamhlela
Ngiloba lenkondlo ngfikelwa izinyembezi sengfisa nokuzdedela
Ngike ngikbuke ngamehlo enhliziyo usukhulile usuwunjiniyela
Mina owami ubaba ngathi ngizalwa wazbonela iciko
...
Yaz kade ngagcina ukwenza lokhu
Phela kakade ngakugcina
Ekhosombeni ngakugcina
Thembisa ukuthi amazwi ami uzowagcina
...
Yaz kade ngagcina ukwenza lokhu
Phela kakade ngakugcina
Ekhosombeni ngakugcina
Thembisa ukuthi amazwi ami uzowagcina
...
Uthe Mbhali wami obhala kahle knabobonke
ababhali
Sacela ungdlulisele uthando lwami kulo wakwami
Uthando lwakho selangphendula umtomdala
...