Monalisa Poem by Mphathi Thobumoya Mbhele

Monalisa



MONALISA

kuthiwa unyawo alunampumulo
ngempela mina ngbonile
zinyawo zami ungenzani wangigijimisa waze wayo
ngfikisa ekapa
ngabona inhlobo yabantu ehlukile lapha
ngempela kwakungathi ngidukile
kanti elangeni angbuzile
bengithi leliya coloured ngzolibonisa
ngathi mangbuza igama wathi yena uwu Monalisa
empeleni umuntu omuhle kanje ngyaqala ukumbona
ngisho ngicimeza ngmane ngbone yena
kungenzeka yini sekubusa yena
ngcela ningabi nomona

NGCELA UNGANGISHIYI
YEBO LAPHO UYAKHONA MINA ANGIYI
VELE NGKUTHANDA OKUDLULA ABAZALI NGALOKHO
ANGPHIKI

abaziyo bathi dont love to much because love hurt
ey yazi angkholwa ngowami umlomo ngiskhulumile
isngisi
ngempela wena lisa noma bengangilwisa mina
abangsabisi
phela wena umuhle ngathi usula nge polony uxubhe
ngedanone bese ugeza ngobisi
ngempela ngathi ngidle zona izyobisi
ngempela mtanomuntu ungangididisi

NGCELA UNGANGISHIYI
YEBO LAPHO UYAKHONA MINA ANGIYI
VELE NGKUTHANDA OKUDLULA ABAZALI NGALOKHO
ANGPHIKI

yazi mungase uhambe akekho ongangisula izinyembezi
even rain can brush my tear's
but i will still hear your voice in my ear's
crc when im nt with you iremember those day's
ngempela bengcela ungangilahli
yebo zona zimnandi izinto zomhlaba
kodwa bengcela ubheke kimi
NGCELA UNGANGISHIYI
YEBO LAPHO UYAKHONA MINA ANGIYI
VELE NGKUTHANDA OKUDLULA ABAZALI NGALOKHO
ANGPHIKI

Thursday, May 11, 2017
Topic(s) of this poem: love
POET'S NOTES ABOUT THE POEM
Love
COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success