Mashozi Poem by Mphathi Thobumoya Mbhele

Mashozi

Ziyeke zicule izinyoni
Zibabaze ubuhle bakho izinsizwa maShozi
Izintaba zikufulathele nginhloso yokuba ngingakboni
Likhale sekusile iwashi
Angiyeke ukucabanga wena Nsundu sudi kababa
alobola ngayo umama emahlabathini
Shumi lezntombi ungenzani ngobuhle bakho
Entshonalanga basakhipha udaba lwakho
Uyinganekwane usuka sukela ngobuhle Cosi Cosi
Gama elihle engilibiza encwadini engcwele
Kukhale umfundisi athi alikho
Aysuka likhona ithestament elisha sha
Uthando luzokumangaza ngingegcokama elisha
Kodwa lothando olusha
Luhamba nezitayela ezintsha
Ngenye imini ezongshisa
Sa.....kbhala lenkondlo ngisemuzweni
Kazi ungzweni?
Ngokungenza omuhle ezweni
Bhala mbhali omuhle uyise umkhonzi kumaShozi
Umbhali ke unejuba lakhe alithumayo meqeda
kbhala
Elikukhipha ekhosombeni ucashile
Ngisho ngingangasakutshela
Amagumbi amane uzoythola ikulindile sthandwa
sami dalo
Buhle bokqala obudide uNkulunkulu wabuka
ingoduso yakhe kahle
Khono lami engithi mangbhala kuchwaze isizwe
Nayo le kthiwe ayiye kumaShozi
Ay mina angazi
Ukuthi ibhalwe ubani kodwa thatha
Uyababa pelepele wendiya
Ungshaya ding dong mdanso ka Tira
Tshwiri tshwiri mncwah ah
Ingane encane mncwah ah
Bamba ukiss sengivala muhle muhle ka ban ban

Sunday, May 20, 2018
Topic(s) of this poem: love
COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success