Intandane Poem by Mphathi Thobumoya Mbhele

Intandane



INTANDANE

bomalume sondelani lapha
kunodaba ekufuneka nginitshelile yona
ngiyazi nami ngiyintandane kodwa ngeke ngshade
nentandane
xola Mbhele
ehlisa ulaka Mphemba omuhle
empeleni sengdelile
lo owami engthandana naye ungkhathazile
sobabili sizintandane kodwa yimi ohleli enamaphutha
ngonile
ngamehlo ngbonile
ngenqondo ngididekile
ngeke ngimshade uNomonde

INTANDANE ENHLE KTHIWA NGUMAKHOTHWA
NGUNINA
KODWA IZNTANDANE EZIMBILI EZTHANDANAYO
NGABE KUTHIWANI?

yena malume unghluphile
ngiyazi bumthembile kodwa yena ungshintshelile
nasendlini usexakile
mangi mthethisa uphika ngokuthi akanabani kyacaca
ngyofa ngdelile
emhlabeni okubi ngkubonile
nami angnabangani kodwa angazi sibangani vele
engkwenzayo kuyamcika vele
noma ngbizwa osisi bami usemane avele
unenkinga nami uNomonde malume umbhele
angisho ukuthi mubi kodwa ngaye amahloni
asengshayile
nencwadi sengiybhalile
ngiyethemba kumdali ifikile
ngeke ngshade nentandane xola Mbhele

INTANDANE ENHLE KTHIWA NGUMAKHOTHWA
NGUNINA
KODWA IZNTANDANE EZIMBILI EZTHANDANAYO
NGABE KUTHIWANI?
ngabe kungcono ukube siyabambisana
ngabe kungcono ukube asikaze saxabana
kodwa nana udlalelani ngami na?
ngangithi luzonambitheka olwezintanda
kanti luzoba isqalekiso
kodwa ngeke ngicashe ngo mama ngoba ngyaz
akasekho
ngike ngimkhumbule yena kepha ngizenze iskhoskho
kodwa sengbone kahle ngeke ngshade nentandane

Thursday, May 11, 2017
Topic(s) of this poem: love,religion,sad
POET'S NOTES ABOUT THE POEM
Sad
COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success