Ngazalelwa KwaZulu
Ngizalwa yinzalo KaZulu
Ngancela ulimi lwesi Zulu
Ngabafica bekhuluma isiZulu
...
Read full text
ubuhle besintu sakithi noma sesishazwa nje yilaba asebezenza amazemtiti, soze sagqwala.ukubeka kucace bha kulolulozolo lwenkondlo yakho ukuzigqaja kwakho ngobuZulu bakho, engathi emhlabathini wakwaZulu kungaqhuma abanye abanjengawe, bafuze wena. Siya
Wangikhumbuza ekhaya eNquthu, imnandi inkondlo yakho. Ngiyithokozele kakhulu.
uKhulima iqiniso masi hlonipheni amasiko wethu futhi! Ngiyabonga
Luhle ubhalo lwakho ntombi yaseMdletsheni, lushaya ngesigqi sakwaZulu, kuyasho ukuthi ungimzulu.....