Ubuhle Bakho Poem by Mphathi Thobumoya Mbhele

Ubuhle Bakho

Uma ngingedwa inhlizyo igcwala usizi
Unembeza ucwile esizibeni sezinyembezi
Amehlo azdedele zigobhoze kuhle ko Mkhomazi
Lapho ngimcabanga ngingagqizi
Qakala kucace naye uyangicabanga umatshe
amhlophe kunyathela uNyazi
Untaba kazfuni ukudilika zisaba ukveza impilo yaka
mathanda nhliziyo
Uncumo lwakhe alfani noluka dade
Umlilo umaphiko othando
Ake ngingageqi gula
Nkwenkwezi yokusa
Mjabulisi wolwami ubambo
Stofu sami sama lahle
Sgedlemba ka baba odlala uphuzekhemisi
Zindebe ezimnandi ngathi uxubha ngobisi
Gugu lami engilfuna lyoshada ka Sompisi
Thununu wami okitaza imizwa ngelosi
Yothando olwafika kimi ngingalindele
Ngizizwa kuthi anglobe kungavukanga siba noma
singa
Kodwa singathandana
Kunonfwethu obethi angbhale inkondlo yothando
Igama akazshongo
Kodwa uthando uwena Muntuza
Ntombi yase Makhabeleni
Juba lami lasethekwini elimagqabha gqabha umbala
omuhle
Mangase unghlakume ngingayintandane ubaba no
mama ephila
Ngkuthanda okudlula unkulunkulu owadala izulu
nomhlaba
Ngkuthanda okudlula ubaba no mama ongzalayo
Phimbo elimtoti
Phimbo lika nandi
Ngthe ake ngkulobele bese ngyalala
Ngyakthanda

Sunday, May 20, 2018
Topic(s) of this poem: love
COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success