Uma Nimbona Poem by Mphathi Thobumoya Mbhele

Uma Nimbona



Umanimbona nimtshele ngsamthanda
Yebo kona ngamdlala
Ngamphendula idimoni umoya wakhe ngawona
Kodwa khona into engasoze yashintsha
Uthando engnalo ngaye ngfisa engathi angabuya
Amaphutha sphila ngawo singabafana
Kodwa maningekho nina bothandiwe indlela zethu
zimnyama kuhle kwebhakabhaka
Sebebaningi ngbathanda
Kodwa akekho ofana naye akekho oyofika kuye
ngyafunga
Impatho
Inhlonipho
Iphimbo
Uyena uqobo ube chaza umfanekiso wengelosi
esbhakabhakeni
Ngimkhumbula njalo mangilala
Ngkhulekele intethelelo abuye impilo iyabheda
ngaphandle kwakhe
Ngike ngbabuke omtanenkosi bahle impela kodwa
sengfuna wena
Khona into engayfunda kuwena
Ubalulekile phepha lezbalo impilo asoz yaphumelela
phandle kwakho
Angnamali esandleni
Ngnentukuthelo enhlizweni
Eyohleli ikhona njalo empilweni
Kodwa ngyakthanda nawe mungabuya ngyathembisa
ngyokbamba nje ngethambo mungabuya kimi nje
Dali ngxolele

COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success