I-Tafula angeke liphinde lihlangane ne Fuji
Asibe nje ngemifula, s'thandwa
Imifulakazi, hhayi izintaba
Ohanjeni lwayo loku yo busisa ilizwekazi
Lawo nkulunkulu ngama themba afanelekileyo
Lapho ugwadule luyisibuko se zulu
Imifulakazi igijima ukusukela ezizibenikazi
Kayiziqgizi qakala ngalezo zinto ezifana
Nemincele, imigoqo, noma ubuzwe
Imifulakazi iyagijima
Ukweluleka kwayo
kanye nebanga phakathi kwayo
Akusho lutho, ngoba
Imifulakazi inesiqiniseko
Sokuthi isayobuye ihlangane
Kude le
Emaphethelweni olwandlekazi thizeni
This poem has not been translated into any other language yet.
I would like to translate this poem
Ave ingibusisa lena ungiwasha ngaphakathi well done uqhubeke njl nakomsebenzi uyangcomeka