LLM Mbatha

Rookie (kwa-Zulu, SA)

[zulu, Inkondlo] Ukube Bewukwazi Uku Zi Bona - Poem by LLM Mbatha

Ukube bewukwazi uku zi bona
Ngale ndlela engi ku bona ngayo
Ubuzo qondisisa ukuthi kungani
Ngi sangana kanjena ngawe
Ukube bewukwazi ukubona
Uku sina kwe nhliziyo yami
Lapho ngikubheka, emehlweni
Ubuzo ngi thanda kalula nje
Ngalolu thando nami engiku thanda ngalo
Kodwa ngeke wawa bona amazwe ami
Ngakho ke s’thandwa, thatha amazwi ami
Angiku nkonkoshelanga ngalo ku kuhlwa
Kepha, bese ngike ngakutshela yini?
Ukuthi uba lula kangakanani umzimba wami
Lapho ngi cabanga, ngi khumbula, ngi phupha
Ngiphupha ngawe uhleka- umamatheka
Kumunandi, sisobabili, Nomathemba-


Comments about [zulu, Inkondlo] Ukube Bewukwazi Uku Zi Bona by LLM Mbatha

  • (1/1/2010 12:33:00 PM)


    Wow good i like it kakhulu (Report) Reply

    0 person liked.
    0 person did not like.
Read all 1 comments »



Read this poem in other languages

This poem has not been translated into any other language yet.

I would like to translate this poem »

word flags

What do you think this poem is about?



Poem Submitted: Saturday, November 17, 2007

Poem Edited: Monday, April 25, 2011


[Report Error]