Aborted Child Part Iv Poem by Mphathi Thobumoya Mbhele

Aborted Child Part Iv

Rating: 3.0


USULENZILE IPHUTHA WAVELA UMTWANA PHO
UMKHIPHELANI
UYOYPHENDULA KANJAN LEMBUZO ETHI MAMA
WAWUNGKHIPHELANI
.
Sekungunyaka wesine ngkhala mama
Umoya wami awamukelwa ezulwini mama
Kanti lingakanani leliphutha engalenza
waze wakhetha ukunglahla ezaleni kanti uzaleni
Ungincishe ithuba lokphila
Kulomhlaba wangphika
Ngiseyihluli kwesakho isisu wangkhipha
Wena umdali usakbona
Kanti ngangenzeni
Wanglahla kulo mhlaba engikuwona ngakwenzani
Wena mama uzingcwabe uzwa ngoba awuzwa
Abanye bathi baneminyaka engamashumi ambili nambili
Bephila kulo mgodi
Bakhala mihla namalanga
ngenxa yalabo mama abenza izmanga
Mihla namalanga siyazbuza izimpendulo asiztholi
Mhlawumbe sibabi banamahloni ngathi
Sesilinde elomphela ndaba
Lapho siyoxoxa izndaba
ngisho sekthethwa amacala
Ngakwelami icala ngyobe ngithukuthele ngigane
unwabu
Kazi uyothini umama mhla umdali esengkhomba ethi
nangu
Nangu lo wamkhiphayo
Uyothi shwele kuban ngoba igama awungphanga
Namanje ngsazbuza
.
USULENZILE IPHUTHA WAVELA UMTWANA PHO
UMKHIPHELANI
UYOYPHENDULA KANJAN LEMBUZO ETHI MAMA
WAWUNGKHIPHELANI
.
Yazi nomoya wami uyadumala
mangkubona uqhubeka nobubi bezwe ngyadumala
ngabe ufuna ukduma la
Ngisho ngoba usazbiza ngentokazi ezphethe kahle
ekbeni mina ngingahleli kahle
anghlel kahle ngoba ngbulawa amakhaza
Akunakudla
sphila ezweni lenhlupheko
injabulo kasiyazi lesi isqalekiso
ngyababona ontanga beyalwa
Kthiwa ndodana sfuna ukhule wakhe umuzi
Kthiwa ndodakazi uthando lusenhlizweni
Kthiwa impilo uyphila kanje ayikaningi
oh shuth okwethu okwezandla ngob asphilanga nakanye
Oh kanye nami nkosi yami mangihamba mihla yonke
kanye nawe nkosi yami
Sebe ngculisa ingoma yosizi
Ekbeni angsenamsizi
Kyacaca no mdali waye ngbhale ngepeni lo msizi
ngoba eyami impilo waysula namanje ngsazbuza
USULENZILE IPHUTHA WAVELA UMTWANA PHO
UMKHIPHELANI
UYOYPHENDULA KANJAN LEMBUZO ETHI MAMA
WAWUNGKHIPHELANI

Saturday, June 17, 2017
Topic(s) of this poem: death,sad
COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success