Inhliziyo yothando
Inhliziyo enokbekezela
Umhleli ehlukunyezwa ngoba bechukuluza unembeza
Umanxeba nxeba ngofela ethembeni
Kunezifungo engazenza
Kunathando ngale kwe ntaba
Mina ngyofa lapho ufa khona wena ungelami
ithemba
Ngyovuka ekseni njalo mangkukhumbula
Ngibuke ngihlengeze izinyembezi lapho owasitha
khona
Ngyokthanda sekvakasha ukufa kufike kudlule usale
wena kphila
Ngyokthanda amavaka esesha evakasha
Loba mbhali inkondlo ilindkiwe kamaythanqaza
Thambisa umoya nhliziyo wena wafundiswa
nokulinda
Inhliziyo yothando
Inhliziyo enokbekezela
Umhleli ehlukunyezwa ngoba bechukuluza unembeza
Umanxeba nxeba ngofela ethembeni
Inhliziyo yothando ile ethanda kuze kfike ekugcineni
Njengawe wangthanda uqala ukungbona emehlweni
Waqhakaza bebukile ondaba lokho ksawu mlando
empilweni
Izifiso esingazifezanga nenduku esifihlelani zona
emqubeni
Ngokthanda noma bethi asoze sashada kithi
kaMsani
Kodwa ngyazi uzongzalela intombi ezimbili ezoba
zinhle zibe igugu koButhelezi
Mina nawe siyalazi usizi emhlabeni
Ufakazi
Inhliziyo yothando
Inhliziyo enokbekezela
This poem has not been translated into any other language yet.
I would like to translate this poem