PHILISIWE
nguwena lo nhliziyo yami
ofake lentokazi empilweni yami
phela lena ingkhiphile osizini lwami
kodwa ingfakile empilweni yayo
yazi wena uyilambu lempilo yami
mhla lacima kuyobe sekuphelile ngami
yazi wena uhlukile kwamanye amantombazane
mhla ngashiwa uwena kweyami inhliziyo unembeza ne
nzondo sekuyoba yinxiwa
Philisiwe mina ngelakho igama sengisindiwe
akuve singichaza ismile sakho
mawungbheka ngmane ngkhophozele
yazi wena uyangbusisa
uthando lwakho lufana nje nge Rnb ngoba luyangjulisa
ngempela phela wena uyangjabulisa
ngawe angfun lutho ngoba nawe awfuni lutho ngami
abanomona uyabususa
bona noma sebethini mina ngzobashaya indiva
nabathakathi ngeke balunge
ngoba olwethu lusekwe wumdali
phela lolu lubanzi lujulile asdlali
Philisiwe mina ngelakho igama sengisindiwe
we Philisiwe mtanomuntu
wena ongenza ngibe umuntu
noma ngislwane kwamanye amantombazane angbiza
ngenja kepha funake wazi mina ngnobuntu
noma ngabe ke sunghlanyisa okudlula itiye lanoluntu
phela uthando lwakho wena udark and lovely
if ididn't call you ireally feel lonely
yaz wena ufana nelanga lisitha ngoba malqhamuka liya
xopha phela wena awphoxi kodwa oxamu xakekile
ubashiya bekhexe imlomo bexoxa indaba exakayo
Philisiwe mina ngelakho igama sengisindiwe
This poem has not been translated into any other language yet.
I would like to translate this poem