Zindoni Zamanzi Poem by Mphathi Thobumoya Mbhele

Zindoni Zamanzi



Zindoni zamanzi
Zphalaphala ezihlanyisa isilo
Zintombi enibahle ngale ndlela
Ay lendlela
Ngingasho ke isthakazelo sakith undlela
Kodwa nina niyangchaza
ningenza ngizbone ngi hero kodwa ngingathandi no
yedwa
Nani anisangthandi nith ngelamanyala isoka no
ngingedwa
Nami sacela ungvulele
kweyakho inhliziyo kuyabanda lapho emnyango
Kakade ngmile ngith hlezi uzovula mtakwethu
Lutho ukvula ungbona ngingeylutho
1 day is 2 day la ngmile khona nglinde impendulo
Uyangfaka nowa uyangkhipha mungkhipha
ungkhiphaph mungfaka ungfakaph?
Ungazenzph unqesta la
Wena ma dolo ka Gladies
Im glad ukwazile ukungipha ithuba nami ngizbike
Kwazise ayikho engena sici zwana ngkuthuka Lento
ethandwa unembeza ka Mphathi
Nonkanyez ngelosi yokuqala eyadalwa ngumdali
Buhle bokuqala okwaqala kwachaza umdali wethu
Maqede lobuhle wabuntshontshela umaria kodwa
kwayena akafiki kuye
wena uyisbuko esingtshela amaqiniso namuhla
ngmuhle kancane
Ksasa ngzobe ngimuhle kanconyana
Nawe usungincoma mana
Ungaze ufunge waqathaka phezulu njenge mana
Mana Mbaliyezwe ngthathe umqabulo umungawfun
wubuyise phela owami Nonkanyezi Mbali yezwe

Saturday, January 13, 2018
Topic(s) of this poem: love
COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success