Tuesday, August 14, 2012

Uthando Lubanzi Lujulile Comments

Rating: 0.0

Uthando Lolu Lubanzi lujulile
Kambe ngingaqalangaphi ngithini
Kambe ngingakubhekelwa ngubani
Kuphela amagama uma sekumele
...
Read full text

thobani ntombiziyamfisa thusini
COMMENTS
Siyabonga A Nxumalo 14 July 2013

Umyalezo ucace bha, inhle nenkondlo kodwa abanye olayini bakho bade kakhulu, kwenye inkathi umqondo kufanele uwucashise ubuye usebenzise amagama anothile anobunkondlo...umzekelo nje...uma ufuna ukuthi, 'ngasukuma ngokushesha ngase ngisuka ngigijima'...uvele uthi..'Ngathi lacu ngathi ntinini'...ngyethemba uyayizwa lento engiyishoyo, wumbono lowo nsizwa yakithi kungenzeka ngiyabheda nje, so mhlawumbe ungathathi konke...you must also read other peoples poems, mawubhala ngesizulu funda kakhulu ezesizulu, mawubhala ngesilungu gxila kakhulu kwezesilungu, ngyathokoza ukubona omunye umuntu okhuluma isizulu kulengosi, ...sengisele nomntakaMthiya nje uPhiweh... Siya_! !

1 0 Reply
Phiwe Mbatha 11 July 2013

Ngethemba lentokazi yakuvulela inhliziyo yayo! !

0 1 Reply
thobani ntombiziyamfisa thusini

thobani ntombiziyamfisa thusini

Nquthu kwazulu-natal
Close
Error Success