thobani ntombiziyamfisa thusini

Rookie (Nquthu kwazulu-natal)

Do you like this poet?
1 person liked.
0 person did not like.


Ngingumbhali Osafufusa Nginothando lokubhala Izinkondlo Ngingathi Nje Kungenye Yezinto engizikhonzile ngesikhathi sam esi free

Ngingajabula ukwalulekwa Nganoma iyiphi indlela ngfuna ukuzibona ngikuqonda Ngibhala ngendlela efanelekile Ngikhulise ulwazi Lwami more »

Click here to add this poet to your My Favorite Poets.


Comments about thobani ntombiziyamfisa thusini

---
There is no comment submitted by members..
Best Poem of thobani ntombiziyamfisa thusini

Uthando Lubanzi Lujulile

Uthando Lolu Lubanzi lujulile
Kambe ngingaqalangaphi ngithini
Kambe ngingakubhekelwa ngubani
Kuphela amagama uma sekumele
Ngiyiqale indaba engize ngayo Kuwe Nkosazane.

Uthando'lubanzi lujulile
Engani lukweyami inhliziyo Ngyaluzwa
Engani Ngfuna Ukulundlulisela kwezakho izandla
Ezimnene uluphathise okwezikhali
Zamantungwa nginike Imizuzwana

Esikhathini sakho ngyazi Ujahile Kodwa angizukuthatha iskhathi Kodwa
Esincanyana nje siyobe sanele
Ngifisa wazi indlela Omuhle Ngayo
Impela Uyimbali enye ekhayizelayo enuka kahle amakha ...

Read the full of Uthando Lubanzi Lujulile

PoemHunter.com Updates

[Report Error]