Lezi iziyalo zakho ndodana engsamhlela
Ngiloba lenkondlo ngfikelwa izinyembezi sengfisa nokuzdedela
Ngike ngikbuke ngamehlo enhliziyo usukhulile usuwunjiniyela
Mina owami ubaba ngathi ngizalwa wazbonela iciko
...
ISALA KUTSHELWA
BENGHLELI NGIZWA BETHI ISALA KUTSHELWA
SIBONA NGOMOPHO
...
Yaz kade ngagcina ukwenza lokhu
Phela kakade ngakugcina
Ekhosombeni ngakugcina
Thembisa ukuthi amazwi ami uzowagcina
...
Uma ngingedwa inhlizyo igcwala usizi
Unembeza ucwile esizibeni sezinyembezi
Amehlo azdedele zigobhoze kuhle ko Mkhomazi
Lapho ngimcabanga ngingagqizi
...
Bengakaze ngkutshele
Bengakaze ngkuxoxele
Ukuthi empilweni kuningi okushintshile
Sela lemicabango inqondo uyithathile
...
Ziyeke zicule izinyoni
Zibabaze ubuhle bakho izinsizwa maShozi
Izintaba zikufulathele nginhloso yokuba ngingakboni
Likhale sekusile iwashi
...
Yangvusa ekseni ngo vivi inkondlo inglwisa ithi
Mbongi uthuleleni
Lafa labhubhia nje izwe uthuleleni
Sengaze siyosha esihogweni isalakutshelwa ukhona
...
Ungbambe isandla wangbuka emehlweni
Wathi ngthembise ingane zami uyozphatha kahle
nase bunzimeni
Dali uqondeni?
...
Ythathe mtanami lemali angsydingi
Wingane kabani wena engcole kanjena?
Sengkukhulise kangaka kanti ngkukhulisela
ukungenza ihlaya
...
Makwenzeka
Makwenza ngihamba ningilobe inkondlo emzimbeni
Iyona eyoveza ukuhuzuka kwami emhlabeni
...